Icala libe selihlehliswa.
Uzogcinwa ngaphakathi esitokisini, kusho uCaptain Augustinah Selepe.
OLUNYE UDABA: Kuboshwe isangoma ngelokudlwengula
Lesi sigameko senzeke ngesikhathi kuqhubeka umgidi ngoMgqibelo.
Owesifazane ube esevula icala lokudlwengulwa esiteshini samaphoyisa.
Ngesikhathi kuqhubeka uphenyo omunye wabantu abafundisayo oneminyaka engu-30 ubudala ukuqinisekisile ukuthi lo wesifazane wahlukunyezwa ngokocansi yilesi sangoma.
USelepe uthe amaphoyisa abona sengathi kusazoba namanye amacala azovela njengoba bephenya.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho