Share

Kuboshwe izikhulu ngelokuqola

Johannesburg - Abasebenzi ababili bakamasipala eChatsworth bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo zokuthi bafune ukufumbathiswa, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Laba bobabili zibakhalele ngoLwesithathu, ngemuva kokulunywa indlebe yikhasimende elinqanyulelwe ugesi ngoba likweleta u-R35 000, kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Jay Naicker.

"La basebenzi kuthiwa batshele ikhasimende ukuthi kumele libafumbathise u-R3 000 ukuze balixhumele ugesi bese besula isikweletu."

Ikhasimende libe selibika ngalolu daba esiteshini samaphoyisa esiseMontclair, kwase kwaziswa amaphoyisa asebenza ngobugebengu obuhleliwe eThekwini.

Abasebenzi laba babe sebeholelwa ophathe ngokuthi ikhasimende likhokhe le mali okukhulunywe ngayo.

Abasolwa, abaneminyaka engu-37 no-48 ubudala, babe sebeyaboshwa.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1075 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1148 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.0%
Rand - Pound
23.97
-0.1%
Rand - Euro
20.58
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.51
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
911.90
-0.0%
Palladium
1,000.00
-0.5%
Gold
2,317.46
+0.1%
Silver
27.14
-0.1%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE