Share

Kuboshwe 'owabulala' eminyakeni emithathu edlule

Johannesburg - Umlisa oneminyaka engu-26 ubudala obefuneka ngamacala okubulala uThabane Mcube eminyakeni emithathu eyedlule, ubanjwe waboshwa eWadeville, eGermiston, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesibili.

UWarrant Officer Xoli Mbele uthe umlisa lona kanye nayesebenzisana naye kuthiwa bagwaza uMcube washona ngomhlaka 24 Ephreli 2011 eGoli.

"Kuthiwa isisulu sabanengxabano nabasolwa ababili. Isisulu sasifuna umakhalekhukhwini waso kubona. Abasolwa batshela isisulu ukuba sibalandele baye efulethini labo okuyilapho bafike bamgwaza khona," usho kanje.

UMbele uthe umlisa uboshwe ngemuva kokuba kushicilelwe isithombe sakhe kumaphephandaba ahlukene ngoLwesihlanu.

Uzovela eNkantolo yeMantshi eGoli ngoLwesithathu.

Omunye umsolwa yena usagcwele amathafa, usho kanje. 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 356 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 743 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.1%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.44
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
939.20
-1.2%
Palladium
1,024.50
-0.5%
Gold
2,373.49
-0.2%
Silver
28.26
+0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,905
-0.4%
All Share
72,964
-0.4%
Resource 10
62,848
-0.7%
Industrial 25
98,162
-0.3%
Financial 15
15,429
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE