Share

Kubulawe owayeyisikhulu sikamasipala eMahikeng

Mahikeng – Amaphoyisa aseMahikeng aphenya icala lokubulawa kowayeyisikhulu sikaMasipala iNgaka Modiri, odutshulwe wabulawa ngoLwesihlanu ebusuku egcekeni lomuzi wakhe ngokusho kombiko.

“Owesilisa oneminyaka engu-42 ubudala udutshulwe wabulawa ngoLwesihlanu kusihlwa ngabo- 22:30. 

Lesi sigameko senzeke emzini wakhe e-unit 6 eMmabatho,”  kusho isitatimende esikhishwe amaphoyisa akulesi sifundazwe.   

OLUNYE UDABA: Kuboshwe amakhehla atholwe nezibhamu ezingekho emthethweni

“Kusolakala ukuthi ubengaphakathi emotweni yakhe egcekene elungiselela ukuyifaka egaraji ngesikhathi ezwa ukuqhuma.

Ngesikhathi ezama ukuqalaze ubone abalisa ababili  oyedwa wavulela ngenhlamvu ebhekise kuyena washonela endaweni yesigameko,” kusho isitatimende.

Kubikwa ukuthi ngemuva kwalokhu abasolwa babaleke ngezinyawo.

Bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko kanti amaphoyisa aseqale uphenyo.

     - "Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 376 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 517 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
907.85
+1.2%
Palladium
1,012.25
+1.1%
Gold
2,219.28
+1.1%
Silver
24.85
+0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE