Share

Kucaciswa ngendiza ekuhambe ngayo uZuma

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma usebenzise indiza yangasese ngesikhathi ehambela eMelika, kusho uMnyango wezokuVikela ngoLwesibili.

"Indiza kamengameli isayolungiswa yingakho engahambanga ngayo. Siqasha enye indiza uma kungukuthi le ekamengameli inenkinga,” kusho okhulumela uMnyango uSiphiwe Dlamini.

Akazange asho ukuthi le ndiza izobiza malini ukuyisebenzisa, wathi lokho kuncike enkontilekeni uMnyango wezoMgcinimafa onayo nenkampani eqashisa ngezindiza.

Nokho, umbiko we-SABC ngoLwesibili uthe le ndiza izodla abakhokhi bentela imali engango-R6 million.

OLUNYE UDABA: UZuma uyoxazulula isimo eLesotho

UZuma utheleke eMelika ngeSonto.

Kulindeleke ukuba ethule inkulumo emhlanganweni we-United Nations, eNew York ngoLwesithathu.

Umkhulumeli kaZuma, uMac Maharaj, uthe umengameli uzosebenzisa ithuba azolithola ukubonga i-UN namazwe omhlaba ngokweseka iNingizimu Afrika njengoba igubha iminyaka engu-20 yathola inkululeko.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 947 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE