Share

Kudutshulwe kwabulawa amabhungu eKapa

Cape Town – Kudutshulwe kwabulawa amabhungu amabili kwathi amathathu alimala ngesikhathi amadoda abehlome ngezibhamu angaziwa evulela ngenhlamvu ekhoneni lomgwaqo eKraaifontein.

Amabhungu abehleli emgwaqweni uPertunia eScottsville adutshulwe ngentululwane yezinhlamvu ngoLwesine ebusuku, kusho okhulumela amaphoyisa esifundazwe uCaptain FC Van Wyk.

OLUNYE UDABA:  Owesilisa ushonele ebhanoyini lakwaMango eya eGoli

“Amabhungu amabili aneminyaka engu-16 no-17 ubudala adutshulwe abulawa kulesi sigameko kwathi abanye abathathu abaneminyaka u-17, 19, no-33 balimala kanzima,” eqinisekisa.

Abalimele baphuthunyiswe ezibhedlela eziseduzane ukuze bathole ukwelashwa kanti amaphoyisa avule amadokodo okubulala nokuzama ukubulala.

Uthe kungenzeka ukuba lesi sigameko sihambisana nezimpi zamagenge eziqhubekayo endaweni.

          - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

             - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 417 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 422 votes
Vote
Rand - Dollar
19.10
+0.5%
Rand - Pound
23.74
-0.2%
Rand - Euro
20.44
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.5%
Platinum
923.40
-0.8%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,319.01
-0.3%
Silver
27.19
+0.0%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,075
+0.9%
All Share
74,030
+0.7%
Resource 10
59,693
-2.0%
Industrial 25
102,769
+1.7%
Financial 15
15,911
+1.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE