Share

Kudutshulwe owesilisa osolwa ngokubamba inkunzi

Johannesburg – Kudutshulwe kwabulwa owesilisa osolwa ngokubamba inkunzi empumalanga yeGoli ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng.

ULieutenant-Colonel Lungelo Dlamini uthe abasolwa abane abebezenza amakhasimende bagasele edayiswa ngezinsimbi bakhomba umnikazi wayo ngezibhamu bantshontsha isamba semali esingadalulwanga.

“Ngesikhathi sebebaleka ngezinyawo bakhombi unogada ngesibhamu beqa uthango  base beshaya bechitha,” echaza.

Uqhube wathi kubizwe amaphoyisa aphuthume ngokushesha.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe amadoda amathathu eKapa

“Ngesikhathi amaphoyisa esathungatha abasolwa abone omunye wabo ewela umgwaqo uHeidleberg,” echaza.

Uthe ngesikhathi amaphoyisa azama ukumumisa uphendule ngokudubula namaphoyis abe eseyaphendula ngentululwane yezinhlamvu washona ujuqu.

Abanye abasolwa basagcwele amathafa.   

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 1019 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1074 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.93
-0.6%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.49
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,006.50
-1.9%
Gold
2,319.15
-0.1%
Silver
27.22
-0.3%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE