Share

Kudutshulwe umshayeli webhasi kubanjwa inkunzi eGoli

Johannesburg - Kuphuthunyiswe umshayeli webhasi yakwamasipala esibhedlela ngemuva kokudutshulwa izigebengu ebezibamba abagibeli inkunzi endaweni yaseNewlands, eGoli.

Kukholakala ukuthi  izigebengu zingene ebhasini zavulela ngenhlamvu kumshayeli ngaphambi kokubamba abagibeli inkunzi.

Okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 uWerner Vermaak uthe: "Umshayeli webhasi udutshulwe esiswini kanti usesimweni esibucayi kanye nomgibeli oyedwa."

Umgibeli obesebhasini ebilandela le ehlaselwe ekuseni uthe lesi sigameko sokuhlaselwa kwebhasi akusiso esokuqala kule ndawo, kubika abe-Eyewitness News.

OLUNYE UDABA:Kubanjwe inkunzi abosizo lokuqala

"Kuyaqala ukuthi kudutshulwe umshayeli njengoba kwesinye isigameko babekhombe umshayeli ngesibhamu ngesikhathi bebamba abagibeli inkunzi."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 418 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 879 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE