Share

Kudutshulwe umshayeli wetekisi eNyanga

Cape Town – Kudutshulwe kwabulwa umshayeli wetekisi eNyanga eKapa ngesikhathi elibangisa emsebenzini.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uFrederick van Wyk owesilisa oneminyaka engu-39 ubudala udutshulwe ngoMsombuluko ekuseni ngezikhathi zabo-06:00 ekuseni.

UVan Wyk uthe lona wesilisa odabuka eZwelitsha ubanjwe inkunzi isibhamu sakhe kanti isizathu sokubulawa kwakhe besingakaziwe njengoba kungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke ngesikhathi esifanayo ngesikhathi kunombhikisho oqhubekayo kule ndawo lapho kushiswe khona amabhasi ayisikhombisa akwa-Golden Arrow. 

Okhulumela le nkampani yamabhasi uBronwen Dyke uthe abashayeli babo abayisikhombisa bakhishwe ngendluzula emabhasini bahlukunyezwa bashaywa.

UNgqongqoshe wezokuThutha eWestern Cape uDonald Grant neMeya yaseKapa sebesigxekile lesi sigameko sodlame.



     -
“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 180 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 379 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
-0.1%
Rand - Pound
23.87
-0.2%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
947.10
-0.4%
Palladium
1,019.00
-1.0%
Gold
2,385.47
+0.3%
Silver
28.39
+0.6%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,783
-0.6%
All Share
72,841
-0.6%
Resource 10
63,231
-0.1%
Industrial 25
97,690
-0.7%
Financial 15
15,361
-0.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE