Ngokusho kwabezindaba ze-Eyethu News, uBukwana uphinde aziwe ngelikaMzi noma nguJabu kanti ubehlala eClermont phambilini kunombolo 1355, 24th Avenue, esebenza eWaterfall kwaPeter’s Water Sport.
Ngokokuzalwa ungowase-Eastern Cape.
Funda nalolu daba: Kuthungathwa osolwa nogkubulala usana lwakhe
Kucelwa noma ngubani ongaba nolwazi ukuba athinte amaphoyisa, kunxuswa umphakathi ukuba ungazami ukuzibambela lo msolwa futhi ungazami ukumphazamisa uma umbona ngoba uyingozi.
Ulwazi oluzolethwa emaphoyiseni luzoba yimfihlo kanti kungaxhunywana nabaseshi baleli cala uConstable Motete ku: 0846552357 noma uConstable Mntungwa ku: 0832753755 noma uKapteni Dlamini ku: 0827173339 noma isiteshi esiseduze.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.