Share

Kugwazwe ikhehla kubanjwa inkunzi eThekwini

Durban – Ikhehla elineminyaka engu-81 ubudala ligwazwe amahlandla ambalwa ngesikhathi lilwa nezigebengu ezigqekeze emzini walo oseGlenwood eThekwini.

UKennith Sara uvuswe ukubhonga kwenja yakhe alala nayo nomkakhe embhedeni.

Ngesikhathi evulela inja yakhe ukuze iphume ikhululeke uhlaselwe owesilisa obephethe ummese..

“Angimazi ukuthi uqhamuke kuphi lo mlisa njengoba eqhamuke esengihlasela ngommese ngazama ukulwa ukuzivikela,” echaza.

OLUNYE UDABA: Isitholakele ingane, 3, ebithunjiwe

USara uthe beseligobhoza igazi kuyena njengoba ebengasazi nokuthi ugwazeke kuphi nendawo. .

“Ngesikhathi ngilwa nalo mlisa omunye omunye ugijima waya egunjini obekulele umkami wafika wamphushela odongeni wamfuna imali namaselila,” eqhuba.

Uthe ngokuhamba kwesikhathi ubone ukuthi lezi zigebengu zeqe uthango zasebenzisa i-screwdriver ukugqekeza iwindi ukuze livuleke.

USara ugwazeke ekhanda nasengalweni njengoba ethathwe yi-ambulance waphuthunyiswa esibhedlela ngemuva kokuba lezi zigebengu zithathe imali namaselula ngaphambi kokuthi zibaleke.

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         -  Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 503 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 524 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE