Share

Kuhlehlisiwe ukulalelwa kwesinqumo ecaleni likaDJ

Johannesburg – Umndeni kaDolly Tshabalala kufanele ulinde izinsuku ezimbalwa ngaphambi kokuba ulalele isinqumo senkantolo ecaleni lokubulawa kwendodakazi yawo.

Amalungu omndeni atheleke eNkantolo eNkulu yaseGoli ehlezi eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge ngoLwesibili egqoke imifaniswano ebhalwe ukuthi Tshabalala kodwa aphume kuyo edangele ngemuva kokuba iJaji uCassim Moosa ekuhlehlisele uMsombuluko ozayo ukulalelwa kwesinqumo ecaleni elibhekene nowayenguDJ womsakazo iJozi FM uDonald Sebolai.

OLUNYE UDABA: Isinqumo kwelikaDJ osolwa ngokubulala intombi

UMoosa utshele inkantolo ukuthi ube nomhlangano nabameli lapho okuvunyelwene khona ngokuthi isinqumo sikhishwe ngesonto elizayo.

UTshabalala watholwa eshonile efulethini likaSobolai eSoweto ngoJuni ngonyaka ophelile.

UTshabalala wopha waze washona ngemuva kokugwazwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 900 votes
No! It's time to move on ...
33% - 438 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.2%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.14
+1.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.9%
Platinum
923.00
-0.3%
Palladium
969.50
-2.1%
Gold
2,342.30
+0.4%
Silver
27.53
+0.4%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,450
+1.5%
All Share
75,421
+1.5%
Resource 10
63,110
+1.6%
Industrial 25
103,850
+1.3%
Financial 15
16,077
+1.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE