Cape Town - Kushe imizi emine kwadingeka ukuthi kukhishwe izaguga ekhaya labadala eMuizenberg, eKapa ngemuva kokuqubuka komlilo ngempelasonto, kusho iDisaster Risk Management eKapa ngoMsombuluko.
"Ngeshwa imizi emine icekeleke phansi kodwa kunezimoto ezingu-28 zabezicimamlilo kanye nezinye ezingu-16 ezizolekelela endaweni yesehlakalo ekuseni ngoMsombuluko,” kusho isikhulumi u-Onele Ndesi.
Funda nalolu daba: Liyaqala ukuthethwa 'elowabulala' ingane.