Share

Kulimale abasolwa bedubulana namaphoyisa

Johannesburg - Kulimale izigelekeqe ezimbili ngesikhathi kuqhubeka impi yezulu lezandla phakathi kwazo namaphoyisa eRandburg, eGoli, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesibili.

"Esinye isigebengu silimale emlenzeni nasengalweni, esinye sadubuleka ezinqeni,” kusho uLt-Col Katlego Mogale.

Abantu abane, abaphakathi kweminyaka engu-27 no-33 ubudala, bebehamba emgwaqeni uBram Fischer Drive ngesikhathi amaphoyisa ebalandela, babe sebeyabaleka.

OLUNYE UDABA: Izigebengu zidubule iphoyisa lalimala kuphangwa

"Amaphoyisa abe eseyabajaha kwaze kwaba abasolwa bangena eRandburg Square," kusho uMogale.

Kuthe uma lezi zigebengu ziphuma emotweni yazo, zaqala zadubula zibhekise emaphoyiseni, nawo aphindisela ngenhlamvu, alimaza ezimbili.

Kube sekuboshwa iziboshwa ezimbili zaphucwa nezibhamu.

Imoto ebezihamba ngayo yebiwa e-Olifantsfontein ngoLwesithathu olwedlule.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2614 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7063 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.1%
Rand - Pound
23.74
-0.1%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
925.30
-0.6%
Palladium
1,010.00
-0.5%
Gold
2,310.44
-0.7%
Silver
26.92
-1.0%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,113
+0.9%
All Share
74,122
+0.8%
Resource 10
59,881
-1.7%
Industrial 25
103,074
+2.0%
Financial 15
15,817
+1.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE