Share

Kulindeleke alivume icala osolwa ngokubulala ingoduso

Pretoria - UDawid Connoway kulindeleke ukuba alivume icala lokubulala owayeyingoduso yakhe uNicolene Schreuder.

Lokhu kudalulwe ngesikhathi evele eNkantolo yeMantshi yasePitoli ngoLwesibili.

Phambilini uConnoway bekulindeleke ukuba afake isicelo sebheyili, kodwa wakhetha ukusihoxisa.

Funda nalolu daba: Kubhikishe abazalwane befuna kuxoshwe 'othanda umnikelo'

UConnoway, 39, usolwa ngokudubula ekhanda uSchreuder,35, owayesehhovisi lakhe eMoreleta Park ngo-Ephreli 29, washona khona lakho.

UConnoway ubhekene necala lokubulala, ukutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanye nokukhomba unogada ngesibhamu.

Ngesikhathi egcina ukuvela enkantolo, inkantolo yatshelwa ukuthi uConnoway wakhomba ngesibhamu unogada ngesikhathi efuna ukubaleka ngesithuthuthu sakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 350 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 358 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.0%
Rand - Pound
23.78
-0.3%
Rand - Euro
20.48
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
917.80
-1.4%
Palladium
1,013.00
-0.3%
Gold
2,311.95
-0.6%
Silver
26.98
-0.7%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,789
+0.4%
All Share
73,726
+0.2%
Resource 10
59,146
-2.9%
Industrial 25
102,642
+1.6%
Financial 15
15,822
+1.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE