Share

Kumele aziphathe kahle uMadonsela - ANC

Johannesburg - I-ANC ngeke ithande ukuthi uMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela ehle esikhundleni lingakapheli ihlandla lakhe, kepha kumele enze umsebenzi wakhe ngendlela, kusho uNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe.

“Asifuni ukugudluza umvikeli womphakathi, sifuna ukuthi enze umsebenzi wakhe ngendlela efanele aphinde aziphathe kahle," kusho uMantashe etshela izintatheli eGoli.

“Kumele aqede ihlandla lakhe, kodwa aqaphele ukuthi akawahlukumezi amandla anawo."

UMantashe uthe kunezinkomba zokuthi uMadonsela uhlukumeza igunya analo ukuze athole ukunakwa ngabezindaba ngokusho izinto ezingekho embikweni mayelana nokulungiswa komuzi kaMengameli Jacob Zuma eNkandla.

Unobhala uqhube ngokuthi ukuputshuzwa kwencwadi ebhalwe nguMadonsela ibhekiswe kuZuma, itshengisa uqhekeko olukhona ngaphakathi kuKhongolose.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 546 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 787 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE