Share

Kungamanga okushiwo ngoKelly Khumalo - AbakwaMeyiwa

Johannesburg - Ngemuva kokuthi imithombo eminingi yabezindaba ekubalwa kuyo ne-EWN, ibike ukuthi ubaba kaSenzo Meyiwa uveze ukungenami kwakhe ngentombi kamufi uKelly Khumalo, abazindaba ze-702 bazikhulumele nomndeni ngenhloso yokuthola iqiniso eliphelele.

Abezindaba babike ukuthi uKhumalo wala ukukhipha izimpahla zikaMeyiwa ekubalwa kuzo nonyanyavu lwemoto i-BMW X6 kanjalo nomazisi wakhe.

Umethuli wohlelo i-Afternoon Drive, uXolani Gwala, umeme uSiyabonga Meyiwa, okunguye okhulumela umndeni, kuze ezochaza okuqhubekayo kanjalo nangezinsolo ezibekwa uKhumalo.

USiyabonga ugxeke imibiko yabezindaba ngokukhuluma okungeyikho ekuthiwe kwenziwe nguKelly Khumalo.

Funda nalolu daba: Umndeni uguqule isinqumo ngoKelly emngcwabeni

"Angicabangi ukuthi anganqaba nezinto zikaSenzo, wonke umuntu naye uqobo uKelly, ufuna kuphumelele obekungajatshulelwa uSenzo. Uyazi ukuthi izinto sekungezezingane manje. Ngiyacabanga uKelly ubemthanda uSenzo futhi-ke sonke siyazi ukuthi uSenzo ubemthanda uKelly," kusho uSiyabonga.

USiyabonga uchaze ngokusho kukababa wakhe, phambili othe uKelly akamukelekile emngcwabeni.

"Ubengaqondile ukusho akushilo. Uphatheke kabi ngokuthi kungenzeka ukuthi ukhulume kabi ngoKelly. Empeleni akazimisele ngokugxambukela ezindabeni zikaSenzo zangasese, akufunayo ukuthi uSenzo afihlwe ngesizotha," kuqhuba uSiyabonga.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 584 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 822 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE