Share

Kungenzeka umengameli Zuma akhokhiswe enye imali - Umbiko

Cape Town - Akukhathaleki noma iPhalamende lingathini, kungenzeka ukuthi uMengameli Jacob Zuma acelwe ukuba akhokhe izizumbulu ezasetshenziswa kulungiswa umuzi wakhe eNkandla, kusho umbiko ngoLwesihlanu.

Kunemigomo nemigudu ekumele ilandelwe kanjalo nesinqumo senkantolo esilindiwe okungaphatha ngokuthi uZuma agcine esekhokhe okungenani u-R11.1m, kusho umbiko weMail & Guardian.

OLUNYE UDABA: Nkandla: Okunye okuhlale obala ngombiko

Ngaphandle kwezincomo zoMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela, ezathi umengameli kumele akhokhe imali ethile, iSpecial Investigating Unit yathola ukuthi uZuma kumele akhokhe u-R4m ngokufakwa kwe-air-conditioning, u-R4.5m wemigwaqo emibili ezosetshenziswa umndeni wakwaZuma, phakathi kwezinye izinto.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uNathi Nhleko wakhipha umbiko wathi uZuma ngeke akhokhe ngisho indibilishi.

Khonamanjalo, amaqembu aphikisayo aphakamise ukuthi uMadonsela kumele avele ngaphambi kwekomidi lePhalamende azophendula ngombiko wakhe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 224 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 338 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
24.02
-0.5%
Rand - Euro
20.51
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
900.15
+0.4%
Palladium
1,000.00
-0.2%
Gold
2,210.45
+0.7%
Silver
24.60
-0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,142
+0.7%
All Share
74,329
+0.6%
Resource 10
56,957
+2.3%
Industrial 25
103,635
+0.4%
Financial 15
16,485
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE