Share

Kunikelelwe imindeni yabashona engozini yeloli

Johannesburg - Inkampani yeloli eladala ingozi kwashona abantu abangu-12, inikelele imindeni ngemali engu-R120 000, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi eMpumalanga.

"AbakwaSpiros, okuyinkampani esetshenzelwa wumshayeli weloli eladala ingozi ngomhlaka-3 Okthoba, inikelele imindeni ngemali. Iloli lashayisana namatekisi phakathi komgwaqo iVolksrust neStanderton," kusho isitatimende soMnyango.

"Izithunywa zoMnyango zibambe umhlangano nabenkampani kanjalo nemindeni, kwanikwa umndeni nomndeni imali engu-R10 000."

Funda nalolu daba: Kushone umshayeli kuginqika iloli e-KZN

Abaningi abashona banemindeni esifundazweni saKwaZulu-Natal, izidumbu zithuthiwe zisuswa endaweni yesehlakalo zayiswa emakhaya, ngemuva kokubanjwa komkhuleko omfishane.

Okhulumele imindeni uThami Khumalo ubonge uhulumeni ngokungenelela kulolu daba, kusukela kwashona izihlobo zabo.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 928 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 967 votes
Vote
Rand - Dollar
19.26
-0.8%
Rand - Pound
23.98
-0.8%
Rand - Euro
20.59
-0.7%
Rand - Aus dollar
12.51
-1.0%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
914.80
-0.6%
Palladium
1,018.50
-0.7%
Gold
2,322.88
+0.0%
Silver
27.30
0.0%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,567
+0.8%
All Share
74,509
+0.7%
Resource 10
59,880
+0.5%
Industrial 25
104,190
+1.4%
Financial 15
15,904
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE