Johannesburg - Ugogo waseBayview eChatsworth, ubekwe amacala ngemuva kokushona kwengane eneminyaka emithathu ubudala, abekade eyigada, kusho abezindaba ze
TimesLive.Omakhelwane bakagogo babizwa wuye ugogo, bafica ingane ilele embhedeni inganyakazi futhi ingasaphefumuli.
Funda nalolu daba: Ubanjwe encelisa ingane ubuntu
Ingane itholakale inezibazi emzimbeni, ikhombisa ukuthi iyashaywa.
Amaphoyisa akholwa ukuthi ingane iyashaywa, kuqhutshwa uphenyo kanti kunabanye ekukholakala ukuthi bangase baboshwe.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.