Share

Kuqhume inhlamba kuvulwa irenki yamatekisi

Durban - Bahlulekile ukuzibamba abagibeli bakwa E, F & G ngelanga lokuvulwa kwerenki yamatekisi ezitolo kwa-E koBhanana,baqhulula inhlamba bethuka kwabani obeseduze, kubhala abezindaba ze-Eyethu News.

Isikhulu esinamatekisi uSiyabonga Gasa, uthi abagibeli bashiye abangalazi kubashayeli nezikhulu ebezikhona, kulandela izinguquko ebezikhona kuvulwa irenki ngokusemthethweni.

“Omunye umama uthe ‘sibehlisa sibenyusa njengephenti likamahosha’ abanye besibiza ngaphansi kweziketi zomama bethu, ” kusho uGasa. 

Okhulumela usoseshini womzila uMboniseni Richard Hadebe, uthi amatekisi azothatha abantu ezigcemeni zabo ngo-R2 ebalethe erenki bathathwe elinye itekisi erenki libayise eThekwini ngo-R12.

“Inhloso yethu ukuthi abagibeli basizakale nabo ngokuthi bengalibaziseki lapho beyakhona. Itekisi iphuma isigcwele ayihambi ima endleleni uma isuka erenki.”

Umphakathi uyanxuswa ukuthi ubekezele.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 933 votes
No! It's time to move on ...
33% - 452 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.50
+1.2%
Rand - Euro
20.13
+1.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
922.30
-0.4%
Palladium
958.00
-3.3%
Gold
2,334.19
+0.1%
Silver
27.21
-0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE