Share

Kushe ikhaphuli ngaphandle kwamahhovisi kahulumeni

Durban – Owesilisa nowesifazane bashe balimala kanzima ngaphandle kwamahhovisi oMnyango wezaseKhaya ePinetown entshonalanga yeTheku, ngokusho kwamaphoyisa nabo sizo lokuqala.

“Ulwazi olutholakalile luveze ukuthi owesilisa uthungele lona wesifazane ngomlilo maqede wazishisa naye,” kusho umthombo wamaphoyisa ongathandanga kudalulwe igama lawo.

“Akukacaci ukuthi kube yini imbangela yalesi sigameko, kodwa uma sebeluleme sebekwazi ukuzikhulumela bazophekwa ngemibuzo,” iphoyisa elingagunyaziwe ukukhuluma nabezindaba.

OLUNYE UDABA: Umkhwenyana uboshelwe ukudlwengula unkosikazi

Uqhube wathi owesifazane ushe kanzima kangangokuba izinwele zokufakelwa abezixhumile zishe zanamathela okhakhayini lwakhe.

Okhulumela abakwa-ER24 uChitra Bodasing uthe laba bobabili balimale kanzima njengoba bephuthunyiswe esibhedlela.

UBodasing akandanga kakhulu ngeminye iminingwane ngalesi sigameko.

          - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

                - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 941 votes
No! It's time to move on ...
33% - 459 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.52
+1.2%
Rand - Euro
20.13
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.5%
Platinum
922.80
-0.3%
Palladium
961.00
-3.0%
Gold
2,339.29
+0.3%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE