Johannesburg - Kushone abantu ababili kwathi abane balimala engozini eyenzeke emgwaqeni u-R573, KwaMlanga, eMpumalanga, ezintatha ngoMgqibelo, kusho abezimo eziphuthumayo.
Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi kushone indoda nowesifazane, kusho okhulumela iNetcare 911 uSanti Steinmann.
OLUNYE UDABA:
Kushone ingane ena-3 engozini eThekwiniKule ngozi kulimale ingane eneminyaka emithathu ubudala, kwathi abanye abantu abathathu balimala kabi.
Imibiko ehlanganiswe endaweni yesigameko iveza ukuthi enye yazimoto iphaphalaze yashayisa izimoto ebezihamba komunye umzila, izama ukuvika ibhasi ebelimile.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.