Johannesburg - Kushone abantu abangu-7 kwalimala abangu-12 ngesikhathi kunqubuzana itekisi nemoto eduzane naseBethlehem esifundazweni saseFree State ngoMgqibelo.
Lesi sigameko senzeke emgwaqeni uR26 amakhilomitha angu30 naseBethlehem, kusho okhulumela abosizolokuqala iNetcare 911 uChris Botha.
OLUNYE UDABA:Kushone 7 engozini eKZN
Kushone izingane ezimbili kule ngozi, kusho uBotha.
Abalimele baphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuxilongwa endaweni yesi sigameko.
Amaphoyisa ayaphenya ngale ngozi.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.