Share

Kushone ababili iloli ishayisa izimoto ezimbili

Johannesburg – Kushone amadoda amabili kwathi abanye abantu abathathu balimala ngesikhathi iloli ishayisa izimoto ezimbili entshonalanga neGoli ngoMgqibelo, kusho abezimo eziphuthumayo ze-ER24.

Le ngozi yenzeke ku-N14 ezimpambanweni zomgwaqo uPinehaven.

I-ER24 ithi amalungu ayo abesegalaji elikuwona lo mgwaqo ngesikhathi ezwa umsindo omkhulu, ase ehamba eyohlola isimo.

“Iloli enkulu yeqe lezi zimpambano yashayisa imoto encane yase ihudula enye ibanga eliyikhilomitha.

“Bathe uma behlola izimoto bathola isidumbu somshayeli weloli. Kukholakala ukuthi ugxume washiya iloli ngesikhathi kwenzeka le ngozi.

“Enye imoto itholakale ngaphansi kweloli, umshayeli wayo eseshonile.”

Iziphathimandla ziyaphenya ngokuholele kule ngozi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 758 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 806 votes
Vote
Rand - Dollar
19.13
-0.1%
Rand - Pound
23.77
+0.1%
Rand - Euro
20.45
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
925.80
+0.6%
Palladium
1,030.00
+0.4%
Gold
2,318.41
-0.2%
Silver
27.22
-0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,529
+0.7%
All Share
74,507
+0.7%
Resource 10
60,074
+0.8%
Industrial 25
103,916
+1.1%
Financial 15
15,902
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE