Johannesburg – Kushone abantu ababili kwathi abanye abangu-12 balimala ngesikhathi itekisi lishayisana nemoto encane emgwaqweni u-R105 ngaphandle kwasePotchefstroom ngokusho kwabosizo lokuqala.
Okhulumela abakwa-ER 24 uChitra Bodasing uthe itekisi liphume emgwaqweni layoginqikela ehlathini eliseceleni komgwaqo ngemiva kokushayisana nemoto.
“Abalimale ngezindlela ezahlukene njengoba bekukhona nalabo abalimale kanzima.