Johannesburg – Kushone abantu abathathu kwathi abanye abane balimala ngesikhathi iloli itholanana phezulu nezimoto ezimbili emgwaqeni u-N12, ngaseFochville ngoLwesihlanu, kusho abosizo lokuqala.
"Ngokusho kwabazibonele, iloli isike enye imoto yase izithela phezu kwezimoto ezimbili ebezikomunye umzila,” kusho okhulumela i-ER24 uPieter Rossouw.
OLUNYE UDABA:
Kushone indoda engozini yomgwaqo"Abezimo eziphuthumayo bakwa-ER24 bafike endaweni yesigameko bathola enye yezimoto iyizingcucu nenye ilimele kabi.”
Abalimele baphuthnyiswe ezibhedlela ezahlukene ukuze bathole usizo.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.