Durban – Kushone ingane eneminyaka engu-12-ubudala kaBester, ngaseNanda, ngoLwesihlanu ebusuku lapho kushe khona inqwaba yemijondolo, kusho abezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal.
Funda nalolu daba: Ushone kabuhlungu obewela kuthelawayeka
"Miningi imijondolo eshayo kumanje,”kusho okhulumela abezimo eziphuthumayo uRobert Mckenzie ngoLwesihlanu.
Okwamanje bekungakacaci ukuthi ingane ishone kanjani.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.