Share

Kushone ingane kusha indlu

Cape Town – Kushone intombazane eneminyaka engu-14 ubudala ngesikhathi kusha indlu eMonument Heights, eKimberley ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela abakwa-ER24 uChitra Bodasing ukuqinisekisile ukuthi abosizo lokuqala kanye nezinye izinhlaka zabosizo oluphuthumayo babikelwe ngesehlakalo somlilo izolo ebusuku nokuthe uma befika bathola umuzi uvutha amalangabi.

“Owesifazane kanye nezingane ezimbili, okukholakala ukuthi zineminyaka engu-12 nengu-9 ubudala, bakwazile ukuphuma endlini bephephile. Batholakale besegcekeni,” kusho uBodasing.

Funda nalolu daba: Uphendulile uPhiyega ngolwaseMarikana

Uthe ngesikhathi abeFire and Rescue Services sebewucishile umlilo, bathole intombazane isishonile endlini.

Enye yezingane ezilimele iphuthunyiswe esibhedlela ilimele.

Nakuba imbangela yomlilo ingakaziwa, iziphathimandla bezisendaweni yesehlakalo ziqhuba uphenyo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 377 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 792 votes
Vote
Rand - Dollar
19.13
+0.2%
Rand - Pound
23.80
+0.1%
Rand - Euro
20.40
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.28
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
940.10
-1.1%
Palladium
1,020.00
-0.9%
Gold
2,391.17
+0.5%
Silver
28.52
+1.0%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,098
-0.1%
All Share
73,149
-0.2%
Resource 10
63,047
-0.4%
Industrial 25
98,493
+0.1%
Financial 15
15,451
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE