Johannesburg – Kushone izingane ezimbili ngesikhathi izimoto ezimbili zishayisana e-Eldorado Park eningizimu yeGoli ngokusho kwabosizo lokuqala.
Ezinye izingane ezimbili eneminyaka emibili ubudala neon-12 ubudala zilimale kanzima kule ngozi, kusho okhulumela abakwa-ER 24 uChitra Bodasing.
Kukholwakala ukuthi zonke lezingane ezine bezisemotweni eyodwa.