Share

Kushone obejaha izigebengu e-KZN

Durban - UMsamariya olungile ushayeke phansi washona ngemuva kwemizuzwana ebambe izigebengu ebezizama ukubamba inkunzi owesifazane eMontclair, eThekwini, ngoLwesithathu ekuseni.

Abosizo lokuqala bakwaRescue Care, ababizelwe kuKenyon Howden Road, bathole lo wesilisa edindilize enqenqemeni lomgwaqo.

"Babe sebezama ukumsiza, ngebhadi kwatholakala ukuthi umphefumulo ubusuhlukene nenyama,” kusho oweRescue Care, uGarrith Jamieson.

OLUNYE UDABA: Kushone owesilisa engozini

Le ndoda, ebalelwa eminyakeni eko-50 ubudala, kuthiwa ijahe izigebengu ezizame ukubamba owesifazane inkunzi ngesikhathi engena emotweni yakhe.

"Ubesiza ekujaheni izigebengu ngebhadi wawa washona,” kusho uJamieson.

Uthe amaphoyisa ayaphenya ngalesi sigameko.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 437 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1498 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 968 votes
Vote
Rand - Dollar
18.96
-0.3%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.48
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
896.95
-1.0%
Palladium
1,000.11
-0.2%
Gold
2,194.20
-0.0%
Silver
24.51
-0.6%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,007
+0.5%
All Share
74,221
+0.4%
Resource 10
56,323
+1.2%
Industrial 25
103,552
+0.3%
Financial 15
16,559
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE