Durban – Kushone umuntu ohamba ngezinyawo ngesikhathi eshayiswa yimoto eyiveni emgwaqeni ongu-R103, ngaseNtshanga, esifundazweni saKwaZulu-Natal, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.
"Abahambisa usizo bafike endaweni yesehlakalo, umuntu eseshonile, itende (canopy) leveni lisakazeke kude," kusho okhulumela abakwa-ER24, uLuyanda Majija.
Owesifazane oshonile ushayiseke ezama ukuwela emgwaqeni kanti umshayeli wemoto osekhulile akabanga nalutho ekanye nomuntu abehambisana naye emotweni.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.