Share

Kushone owesifazane kudutshulwa e-KZN

Pietermaritzburg - Kushone owesifazane kwathi omunye walimala ngesikhathi kunesigameko sokudubula esenzeke eMgungundlovu, kusho abosizo lokuqala KwaZulu-Natal, ngoLwesithathu.

Lesi sigameko senzeke kuPrivet Road, eRaisethorpe, ngoLwesibili ebusuku, kusho okhulumela iNetcare 911 uChris Botha.

Ngesikhathi abosizo oluphuthumayo betheleka endaweni yesigameko bathole abesifazane ababili bebangwa nezibi.

Omunye wabo ube esephuma umphefumulo khona lapho kwathi omunye waphuthunyiswa esibhedlela.

"Imininingwane eqondile ngalesi sehlakalo ibingakaveli. Uphenyo lwamaphoyisa yilo oluyobe seluqhamuka nezimpendulo," kusho uBotha.

Amaphoyisa awatholakalanga ukuba aphawule ngokushesha ngalolu daba.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 366 votes
No! It's time to move on ...
36% - 206 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.8%
Rand - Pound
23.82
+0.5%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+0.9%
Platinum
911.60
-0.1%
Palladium
987.50
-1.7%
Gold
2,318.40
+0.1%
Silver
27.17
+0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,137
-0.6%
All Share
74,067
-0.6%
Resource 10
61,179
+1.2%
Industrial 25
102,305
-1.6%
Financial 15
15,839
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE