"Umbiko ohlanganiswe endaweni yesigameko uveza ukuthi itekisi lishayise umuntu obehamba ngezinyawo lase liyaphaphalaza lashayisa isigxobo,” kusho okhulumela iNetcare 911 uChris Botha.
OLUNYE UDABA: Kushone abathathu engozini e-KZN
Uthe isisulu sishone ngemuva kokufika kwabosizo lokuqala endaweni yesehlakalo.
Omunye umgibeli kuleli tekisi uthole imihuzukwana.
"Ube esethola ukwelashwa endaweni yesigameko wase eyiswa esibhedlela esiseduzane.”
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter