Johannesburg - Kushone indoda ngesikhathi ihluleka ukulawula isithuthuthu sayo kuLakefield Road, eBenoni, empumalanga neGoli, kusho abosizo oluphuthumayo.
Umufi, 24, uhlonzwe njengoshonile khona endaweni yesigameko kule ngozi eyenzeke ngabo-02:30 ngoMgqibelo, kusho okhulumela iNetcare911 uSanti Steinmann.
Imbangela yengozi ibingakaziwa akwamanje kanti amaphoyisa ayaphenya.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.