Share

Kushone owesilisa kushayisana imoto neveni

Johannesburg – Kushone owesilisa kwaphinde kwalimala nomunye ngesikhathi kushayisana izimoto emgwaqweni u-R28 ngaseKrugersdorp ngokusho kwabosizo lokuqala.

“Sithole ukuthi kushayisane imoto neveni.

Imoto yohlobo lweToyota Fortuner ushayisane naleli veni maqede yaphenduka yayoshayisa isibonda,” kusho okhulumela abakwa-ER 24 uChitra Bodasing.

“Abakwa-ER24 nabanye bezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bathola owesilisa evaleleke ngaphakathi emotweni ebifahlake kakhulu.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ushayiswe yimoto washona eMagaliesburg

Ngeshwa kugcine ngokumenela engakatakulwa kule moto.

Abezicishamlilo baphoqeleke ukuthi basebenzise izinsimbi zokukuhlenga ukutakula isidumbu sakhe.”

Abosizo lokuqala bamxilongile omunye wesilisa obelimele kule ngozi ngaphambi kokuthi baphuthumise esibhedlela ukuze athole okunye ukwelashwa.

Amaphoyisa aseqale uphenyo ngale ngozi.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 413 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 868 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.61
+0.9%
Rand - Euro
20.33
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.30
-0.8%
Palladium
1,031.00
+0.2%
Gold
2,386.98
+0.3%
Silver
28.65
+1.5%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE