Share

Kushone owesilisa nowesifazane engozini enyantisayo

Johannesburg – Kushone abantu ababili kwathi owesithathu walimala kanzima ngesikhathi imoto abebehamba ngayo iphuma emgwaqweni u-R37 iginqika phakthi kwaseLydenburg naseSabie eMpumalanga ezintatha zangoMsombuluko ngokusho kwabosizo lokuqala.  

“AbakwaNetcare 911 bafike endaweni yesigameko bafica imoto iphume eemgwaqweni iginqike eceleni komgwaqo,” kusho okhulumela abakwaNetcare 911 uSanti Steinmann.

“Ngeimuva kokuxilonga abebephakathi abosizo lokuqala bathole ukuthi owesilisa anowesifazane bese beshonile.

OLUNYE UDABA:Kutholwe izidumbu ezishile ngasesiteshini sesitimela

Bese kungasekho abebengakwenza ukuhlenga impilo zabo njengoba beshonele endaweni yesigameko.”

Owesithathu utholakale elimele kanzima kanti ngemuva kokulashelwa endaweni yesigameko lo mlisa oneminyaka engu-34 ubudala uphuthunyiswe esibhedlela ukuze aqhubeke nokuthola ukwelashwa.

Imbangela yale ngozi ibingakaziwa kanti amaphoyisa aseqale uphenyo ngayo.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1030 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1094 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE