Share

Kushone owesilisa osekhulile odlameni lwasehostela eMlazi

Durban – Izimpi zamaqembu ngaphakathi ehostela labesilisa eGlebelands, eMlazi, zishiye kushone indoda eyodwa kwathi amanye amabili alimala kabi ngoMsombuluko ebusuku.

Amaphoyisa azamile ukuhlukanisa amaqeqebana amabili abevutha engabaselwe.

Kuthiwa kumanje isimo simanzonzo kuleli hostela elidume ngezinkinga.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Jay Naicker uthe amaphoyisa ababele kuleya ndawo ngemuva kokuthola umbiko wokuqhuma udede kwesibhamu.

OLUNYE UDABA: Kukhale izulu lezandla ehostela eMlazi

“Athe amaphoyisa uma efika athola amaqoqo amabili amadoda abhekene ngeziqu zamehlo, ehlaselana kungekho ogoba uphondo. Athe ezama ukulamula ahlaselwa nawo.”

Kula masonto amabili edlule sekubulawe abantu abane kuleli hostela.

Lokhu kusho ukuthi sebengu-28 abantu ababulewe ezinyangeni ezingu-14 eGlebelands.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 293 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 406 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
24.02
-0.5%
Rand - Euro
20.53
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.37
-0.2%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
904.37
+0.8%
Palladium
1,014.65
+1.3%
Gold
2,205.79
+0.5%
Silver
24.61
-0.1%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,281
+0.9%
All Share
74,458
+0.7%
Resource 10
57,014
+2.4%
Industrial 25
103,960
+0.7%
Financial 15
16,486
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE