Johannesburg – Kushone umuntu waba munye ngesikhathi kushayisana izimoto emgwaqeni ongu-N1, phakathi kweBrits neMooinooi, esifundazweni saseNorth West.
Lokhu kuvezwe ngabahambisa usizo oluphuthumayo ngoLwesihlanu.
"Abantu abalimele bathole usizo endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuthi bathuthelwe esibhedlela,” kusho okhulumela abakwaNetcare 911, uSanti Steinmann.
Amaphoyisa ayaphenya ngalesi sehlakalo.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.