Share

Kusolwa esemfene ngokwebiwa kwemali kunogada

Johannesburg - Isehlakalo sokwebiwa kwebhokisi lemali kunoga enxanxatheleni yezitolo eRosettenville, eningizimu yegoli, okwashona kusona iphoyisa lakwamasipala, kungenzeka ukuba sasihlelwe nguyena unogada. 

I-video esisabalale kuFacebook, iveza unogada engena esitolo sasePick n Pay ephethe ibhokisi lemali.

Lo nogada obonakala elandelwa wumlisa ohamba ngenduku ngesikhathi esephuma esitolo, ngemuva kwalokhu unogada wama.

Kube sekuqhamuka umlisa wesibili oqonde ngqo kunogada wabe esekhipha into esabhodlela ayithele ebhokisini lemali.

Funda nalolu daba: Abathi vu ngolukaPhiyeka

Ngaleso sikhathi unogada ubonakale ezimele nje futhi engakhathazekile.

Iphoyisa likamasipala, elaliza ngasesitolo, lakubona okwakwenzeka labe selizama ukukhipha isibhamu kodwa lahlaselwa wumlisa owayehamba ngenduku.

Ngemuva kokuhilizisana nabasolwa ababili, iphoyisa libonakala seliwela phansi ngemuva kwalokho abasolwa bahamba.

Izigebengu zahamba nebhokisi lemali, kodwa kwaqhunyiswa u-inki ngokuhamba kwesikhathi ukuze imali bangakwazi ukuyisebenzisa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 416 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 870 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE