Share

Kusolwa inyoka engozini ebulale abantu e-KZN

Durban - Kuthiwa umshayeli ubone inyoka wadedela isitelingi ibhasi yayongena etekisini engozini yebhasi ebulale abantu abane ngaseNanda, KwaZulu-Natal.

Amaphoyisa esifundazwe awazange awuqinisekise umbiko weDaily Sun othi umshayeli udedele isitelingi wagxumela ngaphandle ephuma ngewindi ngesikhathi ebona inyoka.

UColonel Jay Naicker uthe imbangela yale ngozi eyenzeke ku-M25 ngaseDube Village ngoLwesithathu, ayikacaci.

Kushone abesifazane abantu, abaseminyakeni ephakathi kuka-27 no-44 ubudala, kwathi abanye abane balimala.

OLUNYE UDABA: Uzame ukugaya inyoka ngomshini wokuwasha

Bonke laba bebengabagibeli etekisini.

Umshayeli webhasi ubengalayishile ngesikhathi ehlelwa yingozi.

Abakhulume neDaily Sun bathi bayibonile inyoka edale lo monakalo, bayishaya bayibulala.

UNaicker uthe amaphoyisa athungatha omunye umshayeli wetekisi okuthiwa ubalekile endaweni yesigameko.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 479 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 686 votes
Vote
Rand - Dollar
18.91
+0.1%
Rand - Pound
23.87
+0.1%
Rand - Euro
20.38
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.13
+0.1%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE