Share

Owesilisa uzibulale ngokuziphonsa emabhubesini

Port Elizabeth – Owelisa udliwe amabhubesi washona ngesikhathi engena lapho kuvalelwe khona lezi zilwane endaweni egcina izilwane e-East London ngoLwesibili.

Ngokubika kweTimeslive okhulumela iBuffalo City uThandy Matebese uthe lo mlisa ukhokhile wabe esengena njengomuntu ozobuka izilwane.

“Ngokombiko lo mlisa ungene ekuseni kule ndawo kungagcwali kanti ubekhombisi izimpawu zokuphazamiseka engqondweni noma zokuba nengcindezi,” kuchaza uMatebese. 

OLUNYE UDABA: Ushonile ohlaselwe yindlulamithi eLimpopo

“Sisola ukuthi usebenzise udonga olusekhoneni ukunontela eqe uthango oluvikela amabhubesi wabe esigxumela lapho evalelwe khona.

Isidumbu sakhe ebesimanikiniki sitholwe ngemuva kwesikhathi.”

Kubizwe abezimo eziphuthumayo neziphathimandla kanti uphenyo seliqalile.

Lo mlisa alidalulwanga igama lakhe njengoba bekusamele kwaziswe umndeni nezihlobo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
51% - 176 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
49% - 169 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.2%
Rand - Pound
23.77
-0.3%
Rand - Euro
20.51
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
916.60
-1.5%
Palladium
1,003.00
-1.2%
Gold
2,304.68
-1.0%
Silver
26.92
-1.0%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,720
+0.3%
All Share
73,661
+0.2%
Resource 10
59,240
-2.8%
Industrial 25
102,507
+1.4%
Financial 15
15,777
+1.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE