Share

Kuthathane uMalema noMbalula kwiTwitter

Johannesburg – Kusuke esinamathambo enkundleni yokuxhumana kuthathana umholi we-Economic Freedom Fighters noNgqongqoshe wezeMidlalo uFikile Mbalula.

Ngokombiko we-Timeslive laba baholi basusane kwiTwitter ngemuva kokuba uMbalula esole uMalema ngokugqoka i-overall ePhalamende kodwa ngaphandle agqoke isudu yohlobo lwe-Louis Vuitton.

Kubikwa ukuthi uMbalula ubhale wathi @NzingaQ “Ama-overall ashintshiwe namhlanje kwagqokwa ama-LV phela inkantolo ayidlali umthetho uyahlonishwa.

Ngeke kugqokwe ama-overall enkantolo…” 

OLUNYE UDABA: Uyinkunzi uFikile Mbalula

Kuthiwa uphinde wabhala ukuthi “Ubesenkantolo namhlanje ngokukhwabanisa, kungabe usezibuzile yena ukuthi uzoyikhokha nini imali yaseLimpopo noma uqhube ngendlela ajwayele ukwenza ngayo?”

UMbalula uqhubekile wabhala futhi “I-EFF isiyenze zonke izinto eyayithe ngeke izenze uma inge ePhalamende, iyona eyaba ngeyokuqala ukuzitapela ekudleni kwasePhalamende nmzima19.”  

Kubikwa ukuthi uMalema ube esephendula ngokubuza uMbalula ukuthi yena akawagqoki ama-LV. “Uma ukugqoka ibhande le LV kukwenza ungazilweli izimfuno zabantu kusho kuthi nawe awehlukile kunami”.   

UMalema uqhubekile wabhala futhi ukuthi uma kunemali okumele ayikhokhe noMbalula kumele amkhokhise Kanti uphinde wabuza uMbalula ukuthi ubani owakhokhela umcimbi wakhe wokugubha iminyaka engu-40 ubudala.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2617 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7087 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
+0.0%
Rand - Pound
23.76
-0.2%
Rand - Euro
20.50
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.0%
Platinum
922.20
-0.9%
Palladium
1,003.50
-1.2%
Gold
2,308.91
-0.8%
Silver
26.94
-0.9%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
68,032
+0.8%
All Share
74,029
+0.7%
Resource 10
59,497
-2.4%
Industrial 25
102,976
+1.9%
Financial 15
15,862
+1.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE