isiZulu Ama site/IZINHLELO >

Kutholakale isidumbu emgwaqeni

2012-07-23 16:54
Johannesburg - Kutholakale isidumbu sowesilisa elokishini laseJoza, eGrahamstown, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoMsombuluko.

Ngokusho kukaCaptain Mali Govender uthe amaphoyisa abehlola indawo ngeSonto ekuseni ngesikhathi ezithela phezu kwesidumbu ebesidindilize emgwaqeni.

Umufi ubegwazwe amanxeba ambalwa.

"Akukazeki ukuthi kube yini imbangela yokubulala futhi akekho oboshiwe.”
 

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Ad:Retirement Plan from R150/m (RSA Residents Only)
«Emuva
Ad:Family Funeral Plan from R36/m (SA residents only)