Share

'Kutholane phezulu abamatekisi 'nezigebengu'

Cape Town – Kushiswe izakhiwo nemoto ngesikhathi kutholene phezulu inhlangano yamatekisi kanye nabasolwa ngokuba yiqembu lezigelekeqe endaweni yaseKanana ngeSonto ntambama, kusho amaphoyisa aseNorth West.

Inhlangano yamatekisi e-Orkney kuthiwa ubisikhathele ubugebengu obusendaweni yabe isihlasela labo abasolwa ngokuba izigebengu, kusho uColonel Sabata Mokgwabone kwabeNews24.

Uthe kushishwe ithaveni imoto yeNissan 1400 ebisegcekeni, kanye nomuzi ongowesakhamuzi.

Funda nalolu daba: 'UMalema udalule athi kungamaqiniso ngoMengameli'

Akukacaci ukuthi ngabe ubani oshisile kanti futhi akukaboshwa muntu njengoba amaphoyisa esaqhubeka nokwenza uphenyo.

“Ntambama ngeSonto, umphathi wesiteshi samaphoyisa aseKanana ubenomhlangano nosihlalo wamatekisi kanye nemeya yaseMatlosana ngenhloso yokuzama ukusombulula le nkinga,” kusho uMokgwabone.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 469 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 672 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.42
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE