Share

Kuxwayiswa abezempilo ngesifo i-Ebola

Cape Town - Abasebenzi bezempilo eNingizimu Afrika banxuswe ukuba baqaphele izimpawu zesifo i-Ebola.

INational Institute for Communicable Diseases inxusa abasebenzi bezempilo ezibhedlela zikahulumeni nasemitholampilo ukuba baqaphele isifo i-Ebola, nakuba leli laseNingizimu Afrika okwamanje lingekho engcupheni, lesi sifo kodwa sibhebhetheka ngamandla.     

Emazweni asentshonalanga ne-Afrika sekukhishwe imibhalo eminingi kuxwayiswa abantu ngalesi sifo.  


Ukuqubuka kwe-Ebola virus disease (EVD) kwaqala ukubikwa yi-World Health Organization ngomhlaka-23 Mashi 2014. 

Okwamanje kuvela ukuthi lesi sifo siqale saqubuka esifundeni iGuéckédou eGuine ngoDisemba 2013, sabe sesibhebhethekela nakwezinye izifunda kuleliya lizwe, kanjalo nasemazweni angomakhelwane, eLiberia naseSierra Leone. 

Kuze kubemanje lesi sifo akukalawuleki ukubhebhetheka kwaso.

Bangu-1 201 abantu okubikwa ukuthi sebephathwe yisona kanti bantu bangu-672 esesibabulele kusukela kuqale unyaka.




  – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
34% - 251 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
66% - 496 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
949.60
-0.1%
Palladium
1,024.00
-0.5%
Gold
2,382.54
+0.1%
Silver
28.30
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,692
-0.7%
All Share
72,743
-0.7%
Resource 10
62,836
-0.7%
Industrial 25
97,537
-0.9%
Financial 15
15,413
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE