Share

Kuzobungazwa okwadlula ngalo uMandela emhlabeni

Johannesburg - Umcimbi wokubungaza isikhathi esingunyaka kwadlula emhlabeni owayengumengameli uNelson Mandela uzoqala ngokubekwa kwezimbali ezindlini zoMbuso, ePitoli, ngoDisemba 5, kusho uhulumeni ngoLwesine.

"Omakadebona nalabo ababekhona emzabalazweni kanye noMadiba bazoba yingxenye yokubekwa kwezimbali,” kusho uNgqongqoshe wezeNhlalakahle uBathabile Dlamini etshela izintatheli eKapa.

"Lo mcimbi uzovuleleka kubona bonke abantu bakuleli nabo bakwazi ukubeka izimbali."

OLUNYE UDABA: Uya esihogweni uMandela - Ibandla

UMengameli Jacob Zuma nokho uzobe engekho kuleli ngalolo suku njengoba ezobe ehambele eChina.

ISekela likaMengameli uCyril Ramaphosa kulindeleke ukuthi kube nguye owethula inkulumo emgubhweni ozoba seFreedom Park ngokuhamba kosuku ngoDisemba 5.

Uhulumeni uzokhuthaza izikole, amafemu kanye namabandla ukuba ashaye insimbi sekusele imizuzu emithathu nemizuzwana eyisikhombisa kushaye ihora leshumi ekuseni “ukuqwashisa abantu”.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 98 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 98 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.3%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.52
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
920.80
-1.1%
Palladium
1,004.50
-1.1%
Gold
2,298.45
-1.2%
Silver
26.79
-1.4%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,701
+0.3%
All Share
73,653
+0.1%
Resource 10
58,931
-3.3%
Industrial 25
102,656
+1.6%
Financial 15
15,801
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE