Share

Kuzochazwa ngomkhankaso wokuphepha emgwaqeni

Johannesburg - UNgqongqoshe woMnyango wezokuThutha uDipuo Peters, uzokhuluma nabezindaba ePitoli, achaze ngomkhankaso wezokuphepha wangesikhathi samaholidi ePhasika.

UPeters uzophinda abeke obala zonke izinhlelo nezinhloso ngalo mkhankaso ekubhekeke ukuthi ulwe nezingozi emigwaqeni yaseNingizimu Afrika.

NgoMsombuluko, abakwaRoad Traffic Management Corporation bathi sekushone abantu abangu-103, kusukela kwaqala amaholidi ePhasika.

"Kuze kube nguMgqibelo ebusuku, izibalo zithi bangu-103 abashone ezingozini ezingu-80 ezenzekile," kusho isikhulu kwa-RTMC, uGilberto Martins.

"Okwamanje asikabi nezibalo eziqondile, nokho zizokwazeka maduzane," kuchaza uMartins.

Ngesonto eledlule uPeters, wakhuluma wathi kuzokhishwa emgwaqeni izimoto nabashayeli abangekho sesimweni.

"Sikholwa wukuthi kunendlela ethize ekumele kubhekwe ngayo abantu abasebenza ukuthutha impahla nezithuthi zomphakathi," esho ekhuluma ePitoli.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 464 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE