Share

Kuzongenelela uMnyango ngengane etholwe emathuneni

Cape Town – Kubikwa ukuthi kuzongenelela uMnyango wezokuthuthikiswa komphakathi ngemuva kokutholwa kwengane yomfana eneminyaka emithathu ubudala emathuneni asePlumstead, eKapa ngoMgqibelo.

Owenhlangano iPhilisa Abafazi Bethu esiza ngokuthola izingane ezilahlekile, uLucinda Evans, uthe ngemuva kokuthola ingane, uthathe isinqumo sokungayihambisi kubo kunalokho bayihambise kwabezenhlalakahle.

"Sihlale phansi nabomndeni sasesibona ukuthi kungcono kungenelele uMnyango," usho kanje ngoMsombuluko ekuseni.

Le ngane ishiywe emathuneni ngoMgqibelo. Yize kunjalo abomndeni baze babika ngeSonto ngezithuba zabo-20:00 ebusuku, kusho u-Evans.

"Lo mfanyana utholwe umshayeli ngesikhathi sekuhambe wonke umuntu emathuneni, ngemuva kwemingcwabo ngempelasonto."

Le ngane ithathwe yasiwa esiteshini samaphoyisa aseDiep River ngaphambi kokuba idluliselwe endaweni yokuphepha.

OLUNYE UDABA:Kutholwe ingane igqitshwe esihlabathini solwandle

U-Evans uphinde wathi lo mfana ubatshele ukuthi igama lakhe nguLlewellyn kodwa wangakwazi ukusho amagama abazali bakhe.

NgoMsombuluko ekuseni u-Evans uthathe le ngane wayihambiso eMnyngweni wezokuThuthukiswa koMphakathi.

U-Evans uthe balindele ukuba le ngane igcinwe kwabezihlalakahle kuze kuba ithola indawo efanele, kubika iCape Argus.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                               

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 466 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 1008 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent-ruolie
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE