Share

Kwasebenza imali yaseSoweto eNkandla - Maimane

Johannesburg - Ukuqiniswa kwezokuphepha emzini kaMengameli uJacob Zuma eNkandla kwakhokhelwa ngemali eyayibekelwe ukwakha izindlu eSoweto kanye nenye ingqalasizinda, kusho ilungu le-DA elingenele ukhetho lokuba ngundunankulu eGauteng uMmusi Maimane ngoLwesithathu.

"Ngike ngaya eNkandla, loya msebenzi uveza ukuthi impela imfuyo kamengameli uZuma ihlala ngaphansi kwesimo esingcono kunabantu baseProtea South," usho kanje enkulumweni yakhe.

"Ngikholelwa wukuthi iGauteng ingenza okuningi ukuhlinzeka ngezidingo ezindaweni zasemijondolo."

UMaimane, ongumholi weDemocratic Alliance eGoli, ubekhuluma kumkhandlu wedolobha ngesikhathi kunenkulumompikiswano ngesimo sedolobha.

Uthe abantu beza eGauteng bezobheka amathuba angcono bephuma kwezinye izifundazwe, futhi idolobha kumele libasize abantu balo baphile kangcono.

Uthe umhlaba kumele unikezwe imindeni engaphezulu kuka-220 000 yaseGauteng esalinde amatayitela emizi.

IMeya yaseGoli uParks Tau uthe idolobha linomhlaba ongabiza u-R23 billion ongaphansi kwedolobha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2594 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 6899 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.0%
Rand - Pound
23.69
+0.1%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
920.50
-1.1%
Palladium
1,001.00
-1.4%
Gold
2,308.40
-0.8%
Silver
26.96
-0.8%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,497
0.0%
All Share
73,551
0.0%
Resource 10
60,937
0.0%
Industrial 25
101,060
0.0%
Financial 15
15,616
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE